Inqubomgomo Yemfihlo
Ichaza ukuthi iluphi ulwazi esiluqoqayo nokuthi kungani, silusebenzisa kanjani, nokuthi ungalubuyekeza kanjani.
Imigomo Yesevisi
Ichaza imithetho oyivumayo uma besebenzisa amasevisi wethu.
Isikhungo Sokuphepha se-Google
![](https://i.gogonow.de/www.gstatic.com/policies/images/shields2.png)
Ukwenza imikhiqizo yawo wonek umutnu kusho ukuvikela wonke umuntu oyisebenzisayo. Vakashela ku-safety.google ukuze ufunde kabanzi mayelana nokuphepha kwakho okwakhelwe ngaphakathi, izilawuli zobumfihlo, namathuluzi ukusetha imithetho yaphansi yedijithali yomndeni wakho ku-inthanethi.
I-Akhawunti ye-Google
![](https://i.gogonow.de/www.gstatic.com/policies/images/my_account.png)
Lawula, vikela, uphinde uphephise i-akhawunti yakho, konke endaweni eyodwa. I-akhawunti yakho ye-Google ikunikeza ukufinyelela okusheshayo kuzilungiselelo namathuluzi akuvumela ukuthi uvikele idatha yakho kuphinde kuvikelwe ubumfihlo bakho.
Imithetho yethu yobumfihlo nokuphepha
![](https://i.gogonow.de/www.gstatic.com/policies/images/privacy_security_answers.png)
Sakha ubumfihlo obusebenzela wonke umuntu. Kuyisibopho esiza nokusungula imikhiqizo namasevisi lawo afinyelelekayo kuwo wonke. Sibheka le mithetho ukwenzela indlela imikhizo yethu, izinqubo, nabantu bethu ukugcina idatha yabasebenzisi bethu iyimfihlo, iphephile, futhi ivikelekile.
Umhlahlandlela Wobumfihlo Womkhiqizo we-Google
![](https://i.gogonow.de/www.gstatic.com/policies/images/product_privacy.png)
Njengoba usebenzisa i-Gmail, Usesho, i-YouTube, neminye imikhiqizo kusukela ku-Google, unamandla wokulawula uphinde uvikele ulwazi lwakho siqu nomlando wokusebenzisa. Umhlahlandlela wobumfihlo womkhiqizo we-Google ungakusiza ukuthi uthole ulwazi olumayelana nokuthi ungaphatha kanjani izici zobumfihlo ezakhelwe kumikhiqizo ye-Google.